Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
BABHEKENE nengwadla othisha baKwaZulu-Natal, abahlela ukusheshe bathathe umhlalaphansi njengoba okwamanje bengeke bavunyelwe ukusheshe bayophumula emakhaya. Lokhu kulandela isekhula ekhishwe yiNhloko ...
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa ...
INDIMA yemidlalo yethelevishini seyiphinde yagubuzelwa yifu elimnyama ngokudlula komunye wabalingisi asebemnkantshubomvu, uMkhetheni Obed "Shiyisicefe" Mgube. Umufi wazakhela udumo ngokulingisa indawo ...
ABEPHUME ngobuningi amakholwa amabandla ahlukahlukene ngesikhathi kunomkhuleko weSouth African Church Defenders eCurries Fountain Stadium eThekwini ngempelasonto eyedlule. Ngale nkonzo ...
ABAQEQESHI bamaqembu adlala kwiPremier Soccer League (PSL) kabayiniki lutho i-Orlando Pirates embangweni wesicoco seBetway Premiership ovuthayo phakathi kwayo neMamelodi Sundowns ezama ukusidla ...
KwaRenault South Africa bavele bethula iKiger ethuthukisiwe ukuze izoqhubeka nokuthandwa kwazise ibisihanjelwa yiminyaka.
Ngokuphatha izindleko zokudla, izindiza, nendawo yokuhlala yezihambi ezivaleleke ngemva kokuvalwa kwesikhumulo sezindiza, i-UAE ifake isifundo kwamanye amazwe ngalokhu. NgoMgqibelo, ngoFebhuwari 28, i ...
BEBENESONTO elilodwa vo beqalile emsebenzini emapulazini eKranskop, abayisithupha abamuke namanzi emfuleni iNadi, eMabovini, eMsinga, ngoLwesine.
NAKUBA iHollywoodbets Sharks ike yakhombisa izimpawu zokuvuka kulandela ukuqashwa ngokugcwele njengenhloko yabaqeqeshi kuka-JP Pietersen kodwa leli qembu laseThekwini, yilona elibukeka lidonsa kanzima ...