Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa ...
ISIKHWAMA esixhasa izitshudeni ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo ephakeme, iNational Students' Financial Aid Scheme (NSFAS), sithi phansi amaphaphu komastende abaqashise izitshudeni ezixhasiwe ...
AKWAZIWA mbhantshikujiya ngokuzokwenzeka ezinkonzweni zebandla lamaRoma aKhatholika kusasa kumaPherishi aholwa oFata abasola ngokuba nomoya wobungoma.
KUZOKUBA nezinkonzo zokukhumbula umsunguli weCope ohlonishwe ngomngcwabo kahulumeni, uMnuz Mosiuoa 'Terror' Lekota ...
UTHEMBISE ukuthi imiphumela yemidlalo embalwa ezayo iyona ezocacisa ukuthi bathatha ziphi izinqumo omunye wezikhulu zeKaizer Chiefs, uKaizer Motaung Jr. Amakhosi asobishini njengoba esenqotshwe ...
INKINGA yamanzi ekhungethe uMasipala waseThekwini ibe ichashaza ngesikhathi uMengameli, uCyril Ramaphosa, encoma umsebenzi omuhle owenziwe ithimba alijuba ukuba lixazulule izinkinga ezibhekene nomkhan ...
IDURBAN City ikhuphule amathuba esifundazwe iKwaZulu-Natal (KZN) okuba neqembu kowamanqamu weNedbank Cup ngokunqoba kubakhaya bayo iLamontville Golden Arrows sekukhahlelwa amaphenathi ...
Ngokuphatha izindleko zokudla, izindiza, nendawo yokuhlala yezihambi ezivaleleke ngemva kokuvalwa kwesikhumulo sezindiza, i-UAE ifake isifundo kwamanye amazwe ngalokhu. NgoMgqibelo, ngoFebhuwari 28, i ...
UTHEMBISA ukubashiya nolwazi abangeke balukhohlwe abafundi abasafundela lo mkhakha uNksz Botshelo Letsike, ongumpheki ozimele, nonebhizinisi elikhiqiza izinhlobo ezehlukene zikafulawa osuthakiwe.
KwaRenault South Africa bavele bethula iKiger ethuthukisiwe ukuze izoqhubeka nokuthandwa kwazise ibisihanjelwa yiminyaka.
BEBENESONTO elilodwa vo beqalile emsebenzini emapulazini eKranskop, abayisithupha abamuke namanzi emfuleni iNadi, eMabovini, eMsinga, ngoLwesine.
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results