SIMANZONZO simo eWienen ngaphansi kobukhosi benkosi uMnuz Siphiwe Mvelase ngenxa yokuukhula mawala komkhuba wokwebiwa kwemfuyo.
Ebuzwa ukuthi uyazi yini ngokubambezeleka kwamacala ngenxa yenkosi engasalubhadi enkantolo uthe akukho angakaphawula ngalokho ...
BAKHOLELWA ukuthi uzokwenza omkhulu umehluko ekulweni nobugebengu umkhankaso wokusesha abafundi ezikoleni abenhlangano eqapha ...
OSAZIWAYO bakuleli abavaleleke eDubai ngenxa yokumiswa kwamabhanoyi bacela usizo njengoba kuqhubeka impi eqale ngempelasonto.
Ngo-2025, i-Rand Show yethula i-Ocean Wanders eyaba ngenye yezintandokazi kulo mbukiso obanjwa minyaka yonke ngempelasonto ...
UMA ngabe bewuzitshela ukuthi ibandla lakwaShembe lilandelwa ngabantu abayiziqhaza nabangamaqaba ushaye phansi kwashunqa ...
INKINGA yamanzi ekhungethe uMasipala waseThekwini ibe ichashaza ngesikhathi uMengameli, uCyril Ramaphosa, encoma umsebenzi omuhle owenziwe ithimba alijuba ukuba lixazulule izinkinga ezibhekene nomkhan ...
Indodana kalowo owayengumengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe, uBellarmine Chatunga Mugabe, kanye nalowo asolwa naye, uTobias Mugabe Matonhodze, bahoxile ekufakeni isicelo sebheyili.
Ngokuphatha izindleko zokudla, izindiza, nendawo yokuhlala yezihambi ezivaleleke ngemva kokuvalwa kwesikhumulo sezindiza, i-UAE ifake isifundo kwamanye amazwe ngalokhu. NgoMgqibelo, ngoFebhuwari 28, i ...
UZOVELA kusasa eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, owesilisa oneminyaka engu-42, oboshwe ngoLwesihlanu eCornubia, eVerulam, ngecala lokufuna ngodli imali yokuvikela.
Ngaphambi kokuthi kubulawe uKhamenei, i-Iran ibikade ihlasele izikhungo zamasosha aseMelika ezisemazweni angomakhelwane bayo, okubalwa kuwo i-United Arab Emirates, Qatar, Saudi Arabia namanye.
UMENGAMELI Cyril Ramaphosa uzovula ngokusemthethweni imifuziselo yezigidi zamarandi esuse imvunge eThekwini. URamaphosa ...